ISimiso Sesonto Lika-January 13
ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 13
INgoma 131 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 1 ¶10-17 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Genesise 6-10 (10 imiz.)
No. 1: Genesise 9:18–10:7 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Uma Umuntu Ethi, ‘Uma Nje Ukholelwa KuJesu, Akunandaba Ngempela Ukuthi Ukuliphi Isonto’—rs k. 109 ¶4 (5 imiz.)
No. 3: U-Aroni—Qhubeka Uthembekile Naphezu Kobuthakathaka Kobuntu—w10 5/15 k. 21; w09 8/1 k. 26 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Ukubaluleka Kokuphindaphinda Enkonzweni. Inkulumo esekelwe kwethi ISikole Senkonzo, amakhasi 206-207. Makube nomboniso omfushane oqokomisa okungenani iphuzu elilodwa elikule ndaba.
10 imiz: Amadoda Akhonza Ngendlela Enhle. (1 Thim. 3:13) Xoxa nezinceku ezikhonzayo ezimbili. Zifeza ziphi izabelo ebandleni futhi lokho kuhilelani? Kungani zazenza zakufanelekela ukuba izinceku ezikhonzayo? Kungani zikujabulela ukukhonza ibandla nokusiza abadala?
10 imiz: “Bheka Abaprofethi Njengesibonelo—UMika.” Imibuzo nezimpendulo.
INgoma 35 Nomthandazo