Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/13 k. 8
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 7/13 k. 8

IZaziso

◼ Isipho sika-July no-August: Hambisani incwajana ethi Izindaba Ezinhle Ezivela KuNkulunkulu! nanoma iyiphi enye incwajana okungenzeka ibandla linayo esitokweni. Ngo-September nango-October: Omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama! Lapho nenza izimpindelo, hambisani incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli noma uma kufaneleka ngokwezimo zomuntu, nihambise incwajana ethi Izindaba Ezinhle Ezivela KuNkulunkulu! noma ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade, bese nizama ukuqala izifundo zeBhayibheli.

◼ Amabandla alandelayo ajabulele ukunikezelwa kwamaHholo OMbuso awo amasha. E-Eastern Cape: ElaseQolombane. EGauteng: ElaseBirchleigh North, elaseStinkwater West nelaseStretford Central. ELesotho: ElaseQacha’s Nek. ELimpopo: ElaseGroothoek. ENorth West: ElaseDamonsville.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela