Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/13 k. 2
  • ISimiso Sesonto Lika-July 15

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-July 15
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-JULY 15
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 7/13 k. 2

ISimiso Sesonto Lika-July 15

ISONTO ELIQALA NGO-JULY 15

INgoma 48 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jr isahl. 12 ¶1-7 (30 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 18-21 (10 imiz.)

No. 1: IzEnzo 20:17-38 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Ingabe UKristu Uyovela Ngokubonakalayo Efwini Abesethatha AmaKristu Athembekile Aye Ezulwini Lapho Izwe Libukela?—rs k. 292 ¶2–k. 293 ¶1 (5 imiz.)

No. 3: Singabonisa Kanjani Ukuthi Sinaka Umoya?—Roma 8:6 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 92

10 imiz: Finyelela Inhliziyo Yomuntu Omfundelayo. (Luka 24:32) Ingxoxo esekelwe kule mibuzo: (1) Lapho uqhuba isifundo seBhayibheli, kungani kubalulekile ukugcizelela (a) uthando lukaJehova nokuhlakanipha kwakhe? (b) ukubaluleka kokusebenzisa izimiso zeBhayibheli? (c) isidingo sokuhlala njalo ufuna isiqondiso sikaJehova ngaphambi kokwenza isinqumo? (2) Ukubuza umuntu omfundelayo le mibuzo elandelayo kuyokusiza kanjani ukuba ubone ukuthi uyayifinyelela yini inhliziyo yakhe? (a) Kuzwakala kunengqondo yini lokhu kuwe? (b) Ingabe unomuzwa wokuthi lokhu kuyahambisana nothando lukaNkulunkulu? (c) Yiziphi izinzuzo ozibonayo ngokusebenzisa lesi seluleko?

20 imiz: “Bafowethu Abasebasha, Niyazama Yini Ukufinyelela Amalungelo Engeziwe?” Imibuzo nezimpendulo. Xoxa kafushane nomdala noma inceku ekhonzayo eyazama ukufinyelela amalungelo engeziwe iseyintsha. Yiziphi izabelo nokuqeqeshwa eyakuthola ngaphambi kokumiswa njengenceku ekhonzayo? Abanye ebandleni bayisiza kanjani ukuba ithuthuke ngokomoya? Yiziphi izibusiso ezitholile ngokuzama ukufinyelela amalungelo engeziwe?

INgoma 85 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela