Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/13 k. 1
  • ISimiso Sesonto Lika-July 8

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-July 8
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-JULY 8
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 7/13 k. 1

ISimiso Sesonto Lika-July 8

ISONTO ELIQALA NGO-JULY 8

INgoma 43 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jr isahl. 11 ¶15-21 (30 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 15-17 (10 imiz.)

No. 1: IzEnzo 16:16-34 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Kungani UmKristu Engajabula Lapho Eshushiswa?—Math. 5:11, 12 (5 imiz.)

No. 3: Lapho Umphostoli UPawulu Ethi AmaKristu ‘Ayakuhlwithwa’ Ukuze Abe NeNkosi, Yini Eyayikhulunyelwa?—rs k. 291 ¶2–k. 292 ¶1 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 75

10 imiz: Izindlela Zokushumayela Izindaba Ezinhle—Ukuqondisa Abathakazelayo Enhlanganweni KaJehova. Inkulumo esekelwe encwadini ethi Ukuhlelelwa, ikhasi 99, isigaba 2, kuya ekhasini 100, isigaba 1. Cela izilaleli zisho ukuthi ziyisebenzise kanjani incwajana ethi Intando KaJehova ukuze ziqondise ezibafundelayo enhlanganweni.

10 imiz: Vivinyani UJehova, Nithole Isibusiso Kuze Kungabikho Ukuswela (Mal. 3:10) Xoxa namaphayona avamile amabili noma amathathu. Yini ayijabulela kakhulu ngokuphayona? Ukuphayona kuwasize kanjani ngokomoya? Wacele asho okuhlangenwe nakho okuhle kakhulu akujabulele. Phetha ngokukhuthaza abamemezeli ukuba bacabangele ukungena ezinhlwini zamaphayona avamile ngo-September.

10 imiz: “Bheka Abaprofethi Njengesibonelo—UJoweli.” Imibuzo nezimpendulo.

INgoma 54 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela