Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/13 k. 2
  • ISimiso Sesonto Lika-April 15

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-April 15
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-APRIL 15
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 4/13 k. 2

ISimiso Sesonto Lika-April 15

ISONTO ELIQALA NGO-APRIL 15

INgoma 6 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jr isahl. 8 ¶1-7 (30 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Luka 13-17 (10 imiz.)

No. 1: Luka 16:16-31 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Ingabe Ukungapheleli Kwethu Kusho Ukuthi Asibalulekile Phambi KukaNkulunkulu?—IHu. 103:8, 9, 14; Gal. 6:9 (5 imiz.)

No. 3: Ingabe Bonke Abantu Bangabantwana BakaNkulunkulu?—rs k. 174 ¶3–k. 175 ¶2 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 95

10 imiz: IBhokisi Lemibuzo. Ingxoxo.

10 imiz: Izindlela Zokwandisa Inkonzo Yakho—Ingxenye 2. Inkulumo esekelwe kwethi Ukuhlelelwa, ikhasi 112, isigaba 3, kuya ekhasini 114, isigaba 1. Xoxa nephayona elilodwa noma amabili ngokuthi enza ziphi izinguquko ukuze akwazi ukuphayona.

10 imiz: Ingabe Uyashumayela Emsebenzini? Ingxoxo esekelwe emibuzweni elandelayo. (1) Kungani kukuhle ukutshela osebenza nabo ukuthi ungomunye woFakazi BakaJehova? (2) Ungabatshela kanjani? (3) Iziphi izimo ezingakuvulela amathuba okufakaza emsebenzini? (4) Kungani kukuhle ukuhlale uneBhayibheli kanye nezincwadi emsebenzini uma kungenzeka? (5) Kungani kungcono ukukugwema ukufakaza isikhathi eside ngesikhathi somsebenzi? (6) Ikuphi okuhlangenwe nakho okuhle owakuthola ngokufakaza emsebenzini?

INgoma 45 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela