ISimiso Sesonto Lika-March 18
ISONTO ELIQALA NGO-MARCH 18
INgoma 120 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
jr isahl. 6 ¶19-24, nebhokisi ek. 78 (30 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Luka 1-3 (10 imiz.)
No. 1: Luka 1:24-45 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Obani Okufanele Badle Izifanekiselo ESidlweni SeNkosi Sakusihlwa?—rs k. 143 ¶5–k. 144 ¶1 (5 imiz.)
No. 3: ISikhumbuzo Kufanele Sikhunjulwe Kaningi Kangakanani, Futhi Nini?—rs k. 145 ¶1-2 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
12 imiz: “Bamukeleni!” Imibuzo nezimpendulo. Makube nomboniso oyizingxenye ezimbili obonisa ummemezeli ethatha isinyathelo sokwamukela ovakashile, bese kuthi ngemva kokuba isimiso sesiphelile, ngokuhlakanipha enze izinhlelo zokuthuthukisa isithakazelo salowo muntu.
18 imiz: “Indlela Yokusebenzisa Ethi Obani Abenza Intando KaJehova Namuhla?” Imibuzo nezimpendulo. Makube nomboniso wemizuzu engu-7 lapho ummemezeli exoxa ngesinye sezahluko nomuntu amfundela iBhayibheli.
INgoma 20 Nomthandazo