ISimiso Sesonto Lika-February 18
ISONTO ELIQALA NGO-FEBRUARY 18
INgoma 52 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
jr isahl. 5 ¶13-18 (30 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Marku 1-4 (10 imiz.)
No. 1: Marku 2:18–3:6 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Isekelwephi Imfundiso Yesihlanzo?—rs k. 126 ¶2–k. 127 ¶4 (5 imiz.)
No. 3: Kumelwe Sisiqonde Kanjani Iseluleko SikaPawulu Esikweyoku-1 Korinte 7:29-31? (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
15 imiz: Shumayela Izwi Ngenkathi Enzima. (2 Thim. 4:2) Ingxoxo esekelwe e-Ncwadini Yonyaka Ka-2012, ikhasi 72, izigaba 1-2; ikhasi 110; ikhasi 156, isigaba 1 kuya ekhasini 157, isigaba 1; nekhasi 179, isigaba 4. Cela izilaleli zisho izifundo ezizitholile.
15 imiz: “Umkhankaso Wokumemezela ISikhumbuzo Uqala Ngo-March 1.” Imibuzo nezimpendulo. Nikeza ngamunye okhona ezilalelini ikhophi yesimemo bese nixoxa ngalokho okukuso. Lapho nixoxa ngesigaba 2, cela umbonisi wenkonzo asho izinhlelo zebandla ezenziwe ukuze kuhlanganiswe insimu. Lapho nixoxa ngesigaba 3, makube nomboniso wokuthi isimemo singahanjiswa kanjani kusetshenziswa intshumayelo eyisibonelo.
INgoma 8 Nomthandazo