Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 9/12 k. 4
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 9/12 k. 4

IZaziso

◼ Isipho senyanga ngo-September no-October: Omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama! Lapho nenza izimpindelo, hambisani incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli noma uma kufaneleka kakhudlwana ngokwezidingo zalowo muntu, nihambise incwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade. Ngo-November no-December: Hambisani ipheshana elithi Ungathanda Yini Ukwazi Iqiniso? nanoma iliphi elinye ipheshana ibandla elinalo esitokweni. Lapho kuboniswe khona isithakazelo, bonisa ukuthi isifundo seBhayibheli siqhutshwa kanjani usebenzisa incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli noma incwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade.

◼ Inkulumo yeningi ekhethekile yenkathi yeSikhumbuzo ka-2013 iyonikezwa ngesonto eliqala ngo-April 1. Isihloko senkulumo siyomenyezelwa ngokuhamba kwesikhathi. Amabandla ayobe ehanjelwe umbonisi wesifunda noma ayobe enomhlangano ngaleyo mpelasonto ayoba nale nkulumo ngesonto elilandelayo. Alikho ibandla okufanele libe nenkulumo ekhethekile ngaphambi kuka-April 1.

◼ Amabandla amathathu ajabulele ukunikezelwa kwamaHholo OMbuso awo amasha. EGauteng: ElaseRamokonopi East. ENorth West: Elase-Ikageleng. EWestern Cape: ElaseMfuleni.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela