ISimiso Sesonto Lika-August 20
ISONTO ELIQALA NGO-AUGUST 20
INgoma 83 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 25 ¶8-13, ibhokisi ek. 201 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Hezekeli 32-34 (10 imiz.)
No. 1: Hezekeli 34:15-28 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Imiphi ImiBhalo Ethonya Umbono WomKristu Ngemikhosi Yobuzwe?—rs k. 312 ¶4–k. 313 ¶5) (5 imiz.)
No. 3: Okwenza Imithandazo Eqotho Ingabi Nje Amazwi Kuphela—IHu. 145:18; Math. 22:37 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Uma Umuntu Ethi: ‘Ngikholelwa Ekuziphendukeleni Kwemvelo.’ Ingxoxo esekelwe encwadini ethi Ukubonisana, ikhasi 345, isigaba 7, kuya ekupheleni kwekhasi 348. Hlanganisa nomboniso omfushane obonisa indlela esingase siphendule ngayo lapho umuntu ethi, ‘Ngikholelwa ukuthi uNkulunkulu wadala umuntu ngokuziphendukela kwemvelo.’
10 imiz: Khuthazanani. (Heb. 10:25) Ingxoxo esekelwe e-Ncwadini Yonyaka Ka-2012, ikhasi 108, isigaba 2; ikhasi 109, isigaba 2; nekhasi 181, isigaba 1. Cela izilaleli zisho izifundo ezizitholile.
10 imiz: “Qapha Ingqondo Yakho.” Imibuzo nezimpendulo. Yisho izinsuku zomhlangano wesifunda uma senizazi.
INgoma 70 Nomthandazo