ISimiso Sesonto Lika-June 11
ISONTO ELIQALA NGO-JUNE 11
INgoma 123 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 22 ¶1-6 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: IsiLilo 1-2 (10 imiz.)
No. 1: IsiLilo 2:11-19 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Abantu “Bangachitha Umhlaba” Ngaziphi Izindlela?—IsAm. 11:18 (5 imiz.)
No. 3: Ingabe UMariya Wayedunyiswa Ngokukhethekile Ebandleni LobuKristu Lekhulu Lokuqala?—rs k. 354 ¶2-k. 355 ¶1 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Yini Esiyifezile? Ingxoxo esingathwa unobhala. Chaza lokho okuye kwafezwa phakathi nenkathi yeSikhumbuzo, bese uncoma ibandla ngomsebenzi walo. Cela izilaleli zisho okuhlangenwe nakho ezakuthola ngesikhathi zisakaza izimemo zeSikhumbuzo, zibuyela kulabo ababekhona nangesikhathi ziphayona.
20 imiz: “Izizathu Eziyishumi Nambili Zokushumayela.” Ingxoxo.
INgoma 47 Nomthandazo