Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/12 k. 4
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 5/12 k. 4

IZaziso

◼ Isipho ngo-May: INqabayokulinda ne-Phaphama! Ngo-June: Lifundisani Ngempela IBhayibheli? Ngo-July nango-August: Indlela Eya Ekuphileni Okuphakade—Ingabe Usuyitholile? nethi Ungaba Umngane KaNkulunkulu! nanoma iyiphi enye incwajana ehanjiswa ensimini ibandla elinayo esitokweni. Ngo-September nango-October: INqabayokulinda ne-Phaphama! Lapho nenza izimpindelo yethulani incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli, noma uma kufaneleka ngokwezidingo zomuntu, incwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade.

◼ Siyajabula ukunazisa ukuthi muva nje kunikezelwe kuJehova amaHholo OMbuso engeziwe angu-14. E-Eastern Cape: elaseViedgesville nelaseZimbane. EFree State: elaseVrede. EGoli: elaseBluegum View North, elaseMajaneng West nelaseWinterveldt Central. ELimpopo: elaseChuene-Makata, elaseMbokoto nelaseNwamitwa. EMpumalanga: elaseTsimanyane. ENorth West: elaseJouberton East. EWestern Cape: elaseSea Point. ENamibia: elaseHoachanas nelaseKeetmanshoop.

◼ Ihhovisi legatsha linesidingo esiphuthumayo sezisebenzi ezengeziwe. Sikhuthaza abazalwane abasebasha ngokukhethekile ukuba bafake isicelo senkonzo yaseBethel. Abazalwane nodade okungenzeka sebengaphezudlwana kweminyaka engu-35 futhi abanamakhono noma ukuqeqeshwa okukhethekile, nabo bangazifaka izicelo.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela