Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/12 k. 3
  • ISimiso Sesonto Lika-March 26

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-March 26
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-MARCH 26
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 3/12 k. 3

ISimiso Sesonto Lika-March 26

ISONTO ELIQALA NGO-MARCH 26

INgoma 92 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

bt isahl. 18 ¶12-18 (25 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Jeremiya 12-16 (10 imiz.)

No. 1: Jeremiya 13:1-14 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Obani Okufanele Bahlanganyele Esidlweni SeNkosi Sakusihlwa? —rs k. 143 ¶5–k. 144 ¶1. (5 imiz.)

No. 3: ISikhumbuzo Kufanele Sikhunjulwe Kaningi Kangakanani, Futhi Nini?—rs k. 145 ¶1-2. (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 124

5 imiz: Izaziso. Yazisa ibandla ukuthi iyiphi insimu okusamelwe ihlanganiswe lapho kuhanjiswa izimemo zeSikhumbuzo.

10 imiz: Ungakhohlwa Umoya Wokungenisa Izihambi. (Heb. 13:1, 2) Inkulumo enikezwa umdala. Bukeza amalungiselelo ebandla eSikhumbuzo. Nikeza ukusikisela ngendlela bonke abangabonisa ngayo umoya wokungenisa izihambi kwabavakashile nabapholile abazobe bekhona. Makube nomboniso onezingxenye ezimbili. Ingxenye yokuqala, ngaphambi kwesimiso ummemezeli wamukela othile othole isimemo ngenkathi yomkhankaso. Ngemva kwesimiso ummemezeli wenza amalungiselelo okuthuthukisa isithakazelo.

20 imiz: “The Wonders of Creation Reveal God’s Glory.” Imibuzo nezimpendulo. Sebenzisa ukwaziswa okusesigabeni sokuqala nesokugcina lapho wenza isethulo nesiphetho. Cela izilaleli zisho ukuthi zizuze kanjani ngokubuka le video. Xoxani ngezindlela le video engasetshenziswa ngazo enkonzweni.

INgoma 110 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela