ISimiso Sesonto Lika-December 19
ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 19
INgoma 125 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 14 ¶6-10, nebhokisi ek. 110 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Isaya 11-16 (10 imiz.)
No. 1: Isaya 13:1-16 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Okwenza Sihambe Ngokholo Hhayi Ngokubona—2 Kor. 5:7 (5 imiz.)
No. 3: Uma Umuntu Ethi: “Izimo Azizimbi Ngokwedlulele Namuhla; Bezilokhu Zikhona Izimpi, Indlala, Ukuzamazama Komhlaba Nobugebengu”—rs k. 189 ¶1-4 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Izaziso. Yisho isipho sika-January bese kuba nomboniso owodwa wokusihambisa.
15 imiz: Shumayela Ngenkathi Enzima. (2 Thim. 4:2) Ingxoxo esekelwe e-Ncwadini Yonyaka Ka-2011, ikhasi 121 kuya ekhasini 122 isigaba 4, nekhasi 226. Cela izilaleli zisho ukuthi zifundeni.
10 imiz: IBhokisi Lemibuzo. Ingxoxo esingathwa umbonisi wenkonzo.
INgoma 92 Nomthandazo