ISimiso Sesonto Lika-April 18
ISONTO ELIQALA NGO-APRIL 18
INgoma 17 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 2 ¶16-23 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwesezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Jobe 28-32 (10 imiz.)
No. 1: Jobe 30:1-23 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Uma Umuntu Ethi: “Anikholelwa KuJesu”—rs k. 258 ¶1-3 (5 imiz.)
No. 3: Okwenza Kudingeke Sicabange Ngaphambi Kokuba Sikhulume—IzAga 16:23 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Lapho Abanye Befuna Incazelo. Inkulumo esekelwe kwethi ISikole Senkonzo, ikhasi 177, isigaba 2 kuya ekupheleni kwekhasi 178. Hlanganisa nomboniso omfushane lapho ongakholwa osebenza nommemezeli embuza ngezinkolelo zethu. Ummemezeli ucabanga ngokuzwakalayo ngokuthi uzophendula kanjani, ngemva kwalokho ube esenikeza impendulo.
10 imiz: IBhokisi Lemibuzo. Ingxoxo esingathwa umdala.
10 imiz: Izindlela Zokushumayela Izindaba Ezinhle—Endlini Ngendlu. Ingxoxo esekelwe kwethi Ukuhlelelwa, ikhasi 92 isigaba 3, kuya ekhasini 95 isigaba 2. Xoxa nommemezeli oyedwa noma ababili abashumayela endlini ngendlu naphezu kwezithiyo ezinjengezinkinga zempilo noma amahloni. Imizamo yabo iye yavuzwa kanjani?
INgoma 26 Nomthandazo