ISimiso Sesonto Lika-December 6
ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 6
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 2 IziKronike 10-14
No. 1: 2 IziKronike 13:1-12
No. 2: UJehova Ubaqapha Kanjani Abaqotho Bakhe? (IHu. 37:28)
No. 3: Uma Umuntu Ethi: “Kungani Ningahileleki Ekwenzeni Izwe Libe Indawo Engcono Yokuphila Kuyo?” (rs k 214 ¶3– k. 215 ¶2)
□ UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Izaziso. Cela izilaleli zilandise okuhlangenwe nakho ezikujabulele lapho zihambisa incwajana ethi Umyalezo WeBhayibheli noma lapho ziyisebenzisa ekuqaleni izifundo zeBhayibheli.
15 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Indlela Yokubonisa Inhlonipho Enkonzweni. Ingxoxo esekelwe kwethi ISikole Senkonzo, ikhasi 190 kuya ekhasini 192, isigaba 2.