ISimiso Sesonto Lika-August 9
ISONTO ELIQALA NGO-AUGUST 9
INgoma 5 [205]
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cf isahl. 8 ¶18-22 nebhokisi ek. 86
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 1 AmaKhosi 21-22
No. 1: 1 AmaKhosi 22:1-12
No. 2: Uma Ukuzibusa Kwenza umuntu Alingise Izwe, Uba Ngaphansi Kokulawula Kukabani? (rs k. 340 ¶2-3)
No. 3: Isibonelo Sika-Eliya Sisifundisani Ngomthandazo? (Jak. 5:18)
□ UMhlangano Wenkonzo:
INgoma 15 [79]
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Ingabe Ukuziphendukela Kwemvelo Kuvumelana Nesayensi Ngempela? Ingxoxo nezilaleli esekelwe encwadini Ukubonisana, ikhasi 340 isigaba 5 kuya ekhasini 345 isigaba 6. Cela izilaleli zilandise okuhlangenwe nakho eziye zaba nakho ngokusebenzisa le ndaba lapho zifakaza esikoleni noma kwezinye izimo.
10 imiz: Iyini Imigomo Yakho Engokomoya? Ingxoxo nezilaleli esekelwe encwadini Ukuhlelelwa, ikhasi 117, isigaba 2 kuya ekupheleni kwesahluko. Cela izilaleli zilandise ukuthi abazali bazo noma abanye bazisiza kanjani ukuba zizibekele umgomo wokuphishekela inkonzo yesikhathi esigcwele.
10 imiz: “Ilungiselelo Elenzelwe Izikhonzi EzingamaKristu.” Ingxoxo yemibuzo nezimpendulo. Memezela izinsuku zomhlangano wesifunda olandelayo uma sezaziwa. Cela izilaleli zilandise ukuthi zizuze kanjani emhlanganweni wesifunda wamuva.
INgoma 117 [54]