ISimiso Sesonto Lika-June
ISONTO ELIQALA NGO-JUNE 21
INgoma 52 (132)
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 1 AmaKhosi 1-2
No. 1: 1 AmaKhosi 1:1-14
No. 2: Ukusebenzisa Izithombe Ekukhulekeleni Kungaba Namuphi Umphumela Ekusaseni Lethu? (rs k. 194 ¶6–k. 195 ¶3)
No. 3: Kungani Ukulalela UNkulunkulu Kusizuzisa Ngokwenyama Nangokomoya?
□ UMhlangano Wenkonzo:
INgoma 130 (135)
5 imiz: Izaziso.
15 imiz: Isipho Sango-July. Ingxoxo nezilaleli. Yithi fahla-fahla ngalokho okuqukethwe isipho sango-July, bese kuba nomboniso ngentshumayelo eyodwa noma ezimbili.
15 imiz: “Hlala Ukulungele Ukuqala Izifundo ZeBhayibheli.” Ingxoxo yemibuzo nezimpendulo. Hlanganisa nomboniso wendlela ipheshana elithi Ukwazi Iqiniso elingasetshenziswa ngayo ekuqaleni isifundo seBhayibheli lapho kwenziwa impindelo kothile owamukele isipho sango-July.
INgoma 92 (162)