Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/09 k. 4
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
km 7/09 k. 4

IZaziso

◼ Izincwadi ezizohanjiswa ngo-July nango-August: Noma iyiphi kulezi zincwajana ezilandelayo ezinamakhasi angu-32: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Imimoya Yabafileyo—Ingabe Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?, Indlela Eholela Ekuphileni Okuphakade—Ingabe Usuyitholile?, nethi Ungaba Umngane KaNkulunkulu! Ngo-September: Lifundisani Ngempela IBhayibheli? Ngo-October: INqabayokulinda ne-Phaphama!

◼ Ngenxa yokuthi u-August unezimpelasonto ezinhlanu ezigcwele, ungaba inyanga ekahle kakhulu yokuthatha ubuphayona obusizayo.

◼ Noma nini lapho uhlela uhambo futhi uzovakashela nasemazweni angekho ohlwini lwamazwe asembikweni wenkonzo wonyaka noma ikheli lawo lingekho ekhasini lokugcina le-Ncwadi Yonyaka, sicela uthintane nehhovisi legatsha elisendaweni yakini ukuze uthole ukuti iziphi izixwayiso noma iziqondiso ezikhethekile okudingeka zilandelwe. Kungenzeka umsebenzi woMbuso kuleyo ndawo uvinjelwe. (Math. 10:16) Kwamanye amazwe kungase kutuseke ukuthi izivakashi zixhumane noFakazi noma amabandla akuleyo ndawo. Ungase unikwe ezinye iziqondiso ngokuphathelene nokufakaza ngokwethukela noma ukuphatha izincwadi. Ukubambisana nalesi siqondiso kuyovimbela ukuthi ungazifaki enkingeni noma umsebenzi woMbuso ngokungadingekile.—1 Kor. 14:33, 40.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela