ISimiso Sesonto Lika-July 27
ISONTO ELIQALA NGO-JULY 27
INgoma 77
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
lv-ZU isithasiselo esisemakhasini 215-218
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Numeri 1-3
No. 1: Numeri 3:1-20
No. 2: Okwenza Ukuba Mnene Kudinge Ukuzithiba
No. 3: Ubani UNkulunkulu Wakho? (lr-ZU isahl. 27)
□ UMhlangano Wenkonzo:
INgoma 131
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Ukusebenzisa Imibuzo Ngempumelelo. Ingxoxo nezilaleli esekelwe encwadini ISikole Senkonzo, ikhasi 236 kuya ekhasini 237, isigaba 2. Makube nomboniso omfushane wephuzu elilodwa noma amabili akule ndaba.
10 imiz: Xoxa nabazali ababili noma abathathu abayisibonelo. Babhekana kanjani nenselele yokuba senkonzweni njengomkhaya? Iziphi izinyathelo abazithathile ukuze basize abantwana babo bahlanganyele ngokugcwele enkonzweni? Balisebenzise kanjani ilungiselelo lokuKhulekela Komkhaya ekusizeni abantwana babo kule ndaba?
10 imiz: “Dumisa UJehova Usuku Ngalunye.” Ingxoxo yemibuzo nezimpendulo.
INgoma 154