Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/09 k. 1
  • ISimiso Sesonto Lika-January 12

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-January 12
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 12
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
km 1/09 k. 1

ISimiso Sesonto Lika-January 12

ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 12

INgoma 162

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jd-ZU isahl. 13 ¶1-6

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Genesise 6-10

No. 1: Genesise 9:1-17

No. 2: Ukuphendula Umuntu Ongakholelwa KuNkulunkulu (rs-ZU k. 399 ¶1–k. 400 ¶2)

No. 3: Incwadi Evela KuNkulunkulu Onothando (lr-ZU isahl. 2)

□ UMhlangano Wenkonzo

INgoma 16

5 imiz: Izaziso zebandla.

10 imiz: Ukubaluleka Kwesimo Sengqondo Esihle Enkonzweni Yethu. Ingxoxo nezilaleli. UJesu wasibekela isibonelo esihle ngoba wayebheka abantu ashumayela kubo njengezimvu ezidinga usizo. (Math. 9:36-38) Nakuba ekuqaleni u-Ananiya ayenovalo lokuya kuSawulu, yini eyamsiza ukuba ashintshe umqondo? (IzE. 9:13-15) Indlela enza ngayo yabonisa kanjani ukuthi wayenesimo sengqondo esihle? (IzE. 9:17) Yiziphi izizathu esinazo zokuba nesimo sengqondo esihle lapho sixoxa nabantu ensimini yethu? Lesi simo sengqondo siyosisiza kanjani ukuba siphumelele ngokwengeziwe enkonzweni? Xoxa kafushane nommemezeli oyedwa noma ababili abasimo sabo sengqondo esihle saholela emiphumeleni emihle enkonzweni yabo.

10 imiz: Indlela Yokusebenzisa Incwadi Ethi Ukubonisana NgemiBhalo. Inkulumo ngombonisi wenkonzo noma omunye umdala esekelwe encwadini ethi Ukubonisana, amakhasi 7-8.

10 imiz: “Bayokuzwa Kanjani?”a

INgoma 38

[Umbhalo waphansi]

a Isethulo masibe ngaphansi komzuzu, bese kulandela ingxoxo yemibuzo nezimpendulo.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela