Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/08 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
km 5/08 k. 3

IZaziso

◼ Ngo-May: INqabayokulinda ne-Phaphama! Ngo-June: Khulekela Okuwukuphela KukaNkulunkulu Weqiniso. Ngo-July nango-August: Noma iyiphi kulezi zincwajana ezilandelayo ezinamakhasi angu-32: Hlalani Nilindile!, IGama Laphezulu Eliyohlala Phakade, Imimoya Yabafileyo—Ingabe Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?, Indlela Eya Ekuphileni Okuphakade—Ingabe Usuyitholile?, Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Lapho Ufelwa Othandekayo, UHulumeni Oyoletha IPharadesi, Ungaba Umngane KaNkulunkulu! nethi Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi?

◼ Imibuzo ephathelene nama-oda ezincwadi kufanele ithunyelwe ehhovisi legatsha ngeposi, nge-fax enombolweni ethi 011 761 1380, noma nge-E-mail ethi (literature@jw.org.za). Uma kuphuthuma, njengalapho kunama-oda adukile, uMnyango Wezincwadi ungase uthintwe ngocingo oluthi 011 761 1000. Ama-Literature Request Form (S-14) kufanele athunyelwe ngeloli noma ngeposi.

◼ Sicela nikhumbule uku-oda izincwadi ngebandla lenu hhayi ngokushayela ucingo ehhovisi legatsha, lapho nivakashele khona, noma ngezikhonzi zaseBethel. Ihhovisi legatsha aliwathumeli ama-oda ezincwadi abamemezeli ngabanye. Ukuze niqiniseke ukuthi ama-oda ayasingathwa futhi athunyelwa ngokushesha, umbonisi owengamele kufanele ahlele ukuba kwenziwe isaziso inyanga ngayinye ngaphambi kokuba i-oda lebandla lithunyelwe ukuze bonke abafisa ukuzitholela izincwadi ezithile bazise inceku yezincwadi. I-Literature Request Form (S-14) kufanele ithunyelwe ngokushesha inyanga ngayinye ngisho nalapho ibandla li-ode nje izinto ezimbalwa.

◼ Kuyi-Nkonzo Yethu YoMbuso ka-March kwamenyezelwa ukuthi incwadi ethi ‘Woza Ube Ngumlandeli Wami’—Ebhalwe Ngokugqamile (cflp) iyotholakala ngesiSuthu nangesiXhosa. Ngeshwa, le ncwadi ngeke isanyatheliswa ngesiSuthu nangesiXhosa ngenxa yokuthi kutholwe ama-oda ambalwa alezi zilimi encwadi ebhalwe ngokugqamile.

◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

‘Go, Make Disciples, Baptizing Them’ (ds) —ngesiKwanyama

Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila (gt) —ngesiKwangali

Watch Tower Publications Index 2007 (dx07) —ngesiNgisi

◼ Ama-DVD Amasha Atholakalayo:

IzEnzo Zabaphostoli (dvAc) —ngoLimi Lwezandla LwaseMelika

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela