Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/07 k. 5
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
km 12/07 k. 5

IZindaba Ezingokwasezulwini

◼ Muva nje amabandla amane akujabulele kakhulu ukuqala ukusebenzisa amaHholo OMbuso awo asanda kunikezelwa. ElaseBotshabelo West (eFree State), elase-Elandsdoorn nelaseDennilton (enyakatho yePitoli), nelaSosizweni East (eNewcastle).

Sibonga kakhulu kubo bonke abaye bahlanganyela ngothando nalaba bazalwane nodade ekwakheni lezi zindawo zabo ezinhle zokukhulekela ukuze kudunyiswe uJehova. Isimiso sokwakha amaHholo OMbuso siyaqhubeka futhi sikhuthaza wonke amavolontiya ukuba alondoloze umoya omuhle wokusekela iKomiti Yokwakha Yesifunda sawo.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela