Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 11/07 k. 3
  • IBhokisi Lemibuzo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IBhokisi Lemibuzo
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Gwema Ukuphishekela “Izinto Ezingasizi Ngalutho”
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
  • Ingabe Usengozini Yamaqola Akuyi-Internet?
    I-Phaphama!—2012
  • Qikelela Ukuba Uphindele
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
  • Siza Uye Ngokushesha
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
km 11/07 k. 3

IBhokisi Lemibuzo

◼ Ingabe kuyafaneleka ukubhala ikheli lomuntu siqu le-e-mail ezincwadini esizihambisayo?

Abanye abamemezeli baye bagxiviza noma banamathisela ikheli labo le-e-mail komagazini noma emapheshaneni abawahambisela abanye. Labo abathatha lezi zincwadi babe sebekwazi ukuxhumana nommemezeli bacele ukwaziswa okwengeziwe. Leyo mizamo yokusiza abathakazelayo yenziwa ngezinhloso ezinhle. Nokho, ingosi yethu ye-Internet esemthethweni ibonisiwe kakade ngemuva komagazini nasemapheshaneni. Ngakho, kungcono kakhulu ukuba singalifaki ikheli lomuntu siqu le-e-mail ezincwadini zethu.

Ukuthi ummemezeli uyabanikeza yini abantu ensimini imininingwane yakhe ephepheni eliseceleni, ikakhulu lapho enza izimpindelo, kuyisinqumo sakhe. Kufanele kube yithi esithatha isinyathelo sokubuyela kwabathakazelayo kunokuba sivele sishiyele kubo ukuba basithinte ukuze bathole ukwaziswa okwengeziwe. Isithakazelo esiqotho somuntu siqu singasibonisa kalula lapho sikhuluma nabantu ubuso nobuso.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela