Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/06 k. 3
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
km 5/06 k. 3

IZindaba Ezingokwasezulwini

◼ ENingizimu Afrika nasemazweni angomakhelwane kwaba nemihlangano yesigodi ‘Yokulalela UNkulunkulu’ engu-61. Ababekhona bangu-161 160 sebebonke, futhi kwabhapathizwa abangu-2 235. Siyababonga bonke abafowethu ababa nengxenye kulesi simiso esakhayo ngokomoya ngokulungiselela nangokunikeza izinkulumo zabo. Sibonga nezinkulungwane zezisebenzi zokuzithandela ezenza imisebenzi ebalulekile ukuze zisize ababekhona.

Umhlangano owawuseSwazini eSomhlolo National Stadium (iKings Stadium) wawuthakazelisa ngokukhethekile. Kwakuqala ngqá ukuba kuqhutshelwe umhlangano wesigodi kule nkundla. Isimiso sasingezilimi ezimbili, isiZulu nesiNgisi. Ababekhona bangu-5 201, futhi kwabhapathizwa abangu-86.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela