IZindaba Ezingokwasezulwini
◼ Sijabula namabandla amane alandelayo aseqale ukusebenzisa amaHholo OMbuso awo amasha asanda kunikezelwa. Yilawa: Ethwathwa East (eGauteng), eKhayelitsha East (eKapa), eLusaka (eQwa Qwa) nelakwaMakweya (eSifundazweni saseLimpopo).