Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 8/05 k. 7
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
km 8/05 k. 7

IZaziso

◼ Ngo-August: Noma iyiphi incwajana enamakhasi angu-32, ngaphandle kwethi OFakazi BakaJehova Nemfundo, Igazi Lingakusindisa Kanjani Ukuphila Kwakho?, OFakazi BakaJehova—Bangobani? Yini Abayikholelwayo? kanye nethi ‘Bona Izwe Elihle.’ Ngo-September: Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade. Ngo-October: INqabayokulinda ne-Phaphama!

◼ Amakhasi 5 no-6 ale Nkonzo Yethu YoMbuso anemibuzo yokubukeza isimiso sonyaka wenkonzo ka-2006 somhlangano wesifunda nomhlangano okhethekile wosuku olulodwa, ngakho kufanele agcinwe kahle.

◼ Umbonisi owengamele noma othile okhethwe nguye kufanele abale izimali zebandla ngo-September 1 noma ngokushesha ngemva kwalokho. Uma kune-akhawunti yasebhange eseceleni, njengeyokulungisa ihholo noma yokwakha, kufanele kwenziwe amalungiselelo okubala nezimali ezikuleyo akhawunti. Uma izimali sezibaliwe, kufanele kwaziswe ibandla kuhlanganiswe nombiko wezimali olandelayo.

◼ Ukubalwa kwaminyaka yonke kwazo zonke izincwadi nomagazini okukhona esitokweni kufanele kwenziwe ngo-August 31, 2005, noma ngokushesha ngemva kwalokho. Lokhu kubalwa kwezincwadi kuyefana nalokho okwenziwa umxhumanisi wabaphathi bezincwadi nyanga zonke, futhi izingqikithi kufanele zibhalwe efomini elithi Ukubalwa Kwezincwadi (S-18). Ingqikithi yomagazini abasesitokweni kufanele itholakale kubaphathi bakamagazini. Unobhala webandla elingumxhumanisi kufanele aqondise ukubalwa kwezincwadi. Yena nombonisi owengamele webandla elingumxhumanisi bayosayina ifomu. Ibandla ngalinye elingumxhumanisi liyothola amafomu amathathu athi Ukubalwa Kwezincwadi (S-18). Sizani nithumele elokuqala ehhovisi legatsha engakadluli u-September 6. Gcinani ikhophi efayilini lenu. Ikhophi yesithathu ningasebenza ngayo.

◼ Amabandla kufanele a-ode izinto ezilandelayo e-odeni lawo lezincwadi elilandelayo:

Ukuhlola ImiBhalo Nsuku Zonke—2006

IKhalenda LoFakazi BakaJehova Lika-2006

INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2006

Abamemezeli kufanele bafake ama-oda abo alezi zinto kubaphathi bezincwadi ebandleni.

◼ Amabandla kufanele aqale uku-oda amabheji omhlangano wesigodi ka-2005 e-odeni lawo lezincwadi lika-September. La mabheji ayotholakala ngesiNgisi, isiPutukezi, isiSuthu, isiXhosa nesiZulu.

◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

Ukuhlola ImiBhalo Nsuku Zonke—2005—Izikhombo zoLimi Lwezandla LwaseMelika

Sinake Isiprofetho SikaDaniyeli!—Ebhalwe Ngokugqamile—ngesiChewa

Watch Tower Publications Index 2002—ngesiPutukezi

Watch Tower Publications Index 2003—ngoLimi Lwezandla LwaseMelika

Khulekela Owukuphela KukaNkulunkulu Weqiniso—Ebhalwe Ngokugqamile—ngesiChewa

◼ Ama-Compact Disc Amasha Atholakalayo:

Beware of Losing Faith by Drawing Away From Jehovah—ngesiNgisi

Families—Make Daily Bible Reading Your Way of Life!—ngesiNgisi

Jehovah’s Judgment Against Law-Defying People—ngesiNgisi

Keep Your Eye Simple—ngesiNgisi

UJehova Ukhulula Labo Ababiza Egameni Lakhe—ngesiNgisi

◼ Ama-DVD Amasha Atholakalayo:

Album for The Watchtower Announcing Jehovah’s Kingdom—2005—ngoLimi Lwezandla LwaseMelika

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela