Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/02 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
km 5/02 k. 3

IZaziso

◼ Isipho ngo-May: Omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama! Uma uthola isithakazelo ezimpindelweni, faka lowo muntu emzileni kamagazini. Hambisa incwajana ethi Yini UNkulunkulu Ayifunayo?, unombono wokuqala izifundo zeBhayibheli. Ngo-June: Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi? noma Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade. Uma abaninikhaya sebenazo lezi zincwadi, hambisa incwajana efanelekayo ibandla elinayo esitokweni. Ngo-July nango-August: Kungasetshenziswa noma iyiphi incwajana enamakhasi angu-32 kulezi ezilandelayo: “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha,” IGama LaPhezulu Eliyohlala Phakade, Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Kwenzekani Kithina Lapho Sifa?, Lapho Ufelwa Othandekayo, nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi. Lapho kufaneleka khona kungahanjiswa incwajana ethi Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?, nethi Incwadi Yabo Bonke Abantu.

◼ Umbonisi owengamele noma othile oqokwe nguye kufanele abale izimali zebandla ngo-June 1 noma ngokushesha ngangokunokwenzeka ngemva kwalokho. Lapho lokhu sekwenziwe, yazisa ibandla ngemva kokuba sekufundwe umbiko wezimali olandelayo.

◼ Umbonisi owengamele kufanele ashayele uMnyango Wezincwadi eBethel ucingo uma kwenzeka engalitholi i-oda lebandla le-Nkonzo Yethu YoMbuso kuze kube umhla ka-20 wenyanga eyandulela eye-Nkonzo Yethu YoMbuso engakafiki.

◼ Amakhasethi Amasha Atholakalayo:

Keep Your Eye Simple (Idrama, ikhasethi eyodwa)—isiPutukezi

◼ Izincwadi Ezintsha Ze-Braille Ezitholakalayo:

Zuza Emfundweni YeSikole Senkonzo Esingokwasezulwini (imiqulu emine)—isiNgisi esivamile

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela