Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/02 k. 2
  • ‘Beka Okuthile Eceleni’

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ‘Beka Okuthile Eceleni’
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Kukhona Esingakupha UJehova
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Bayajabula Abantu Abaphanayo
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2018 (Efundwayo)
  • ‘Beka Eceleni Okuthile’
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Ingabe Uyakhumbula?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-2001
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
km 1/02 k. 2

‘Beka Okuthile Eceleni’

Ebandleni lamaKristu okuqala, kwakunezidingo zezinto ezibonakalayo okwadingeka zinakekelwe. Umuntu ngamunye wakhuthazwa ukuba ‘abeke okuthile eceleni’ kuye ngokuchuma kwakhe. Lokhu kwakuzoba umnikelo wokuhlangabezana nalezo zidingo. (1 Kor. 16:1-3) Ngenxa yokuphana kwabo, bonke bakujabulela ukuba ‘nezenzo eziningi zokubonisa ukubonga kuNkulunkulu.’—2 Kor. 9:11, 12.

Namuhla umsebenzi womhlaba wonke wabantu bakaJehova uqhubeka wanda, okwenza kudingeke ukusekela okukhula njalo ngokwezimali. Kuyafaneleka ukuba nathi ‘sibeke okuthile eceleni’ njalo ukuze sisize ekugcwaliseni leso sidingo. (2 Kor. 8:3, 4) Ukuphana ngezinto ezibonakalayo kungenziwa ngezindlela ezihlukahlukene. (Bheka INqabayokulinda ka-November 1, 2001, amakhasi 28-9.) Lokhu sikubheka ngokufanele njengelungelo eliletha injabulo yangempela.—IzE. 20:35.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela