Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/01 k. 7
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2001
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2001
km 6/01 k. 7

IZaziso

◼ Isipho sencwadi ngo-June: Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi? noma Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade. Gxilani ekuqaleni izifundo zeBhayibheli zasekhaya. Ngo-July no-August: Kungase kusetshenziswe noma iyiphi incwajana enamakhasi angu-32 kulezi ezilandelayo: “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha,” IGama LaPhezulu Eliyohlala Phakade, Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Kwenzekani Kithina Lapho Sifa?, Lapho Ufelwa Othandekayo nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi. Lapho kufaneleka khona kungase kuhanjiswe izincwajana ezilandelayo, Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?, Incwadi Yabo Bonke Abantu nethi Our Problems—Who Will Help Us Solve Them? Ngo-September: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila.

◼ SIZANI NIPHAWULE: Kunoshintsho kule mihlangano yesigodi elandelayo:

Ngo-November 30–December 2:

EPietersburg (isiBhunu, isiNgisi; ulimi olwengeziwe)

Ngo-December 7-9:

EMaseru (usuku olusha)

EMtata (isiXhosa 1; usuku olusha)

Ngo-December 14-16:

EMtata (isiXhosa 2; usuku olusha)

Ngo-December 21-23:

EPhalaborwa (uyekiwe)

ETzaneen (isiTsonga; umhlangano omusha)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela