Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/97 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
km 5/97 k. 3

IZaziso

◼ Isipho sencwadi sango-May: Isikhokhelo esifika ngeposi sonyaka se-Nqabayokulinda, ngomnikelo ka-R41,00 esomagazini abaphuma kabili ngenyanga. Isikhokhelo sonyaka somagazini abaphuma kanye ngenyanga noma esezinyanga eziyisithupha somagazini abaphuma kabili ngenyanga singu-R20,50. Izikhokhelo ze-club system zingu-R24,00 no-R12,00 ngokulandelana. Lapho isipho senqatshwa, yenza umzamo okhethekile wokuhambisa omagazini. Ensimini yaphakathi nesonto nasensimini ehlanganiswa njalo, kungase kusetshenziswe incwajana entsha ethi, Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi? Ngo-June: Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade ngomnikelo ka-R4,00. Gxila ekuqaleni izifundo zeBhayibheli. Ngo-July nango-August: Noma iyiphi kulezi zincwajana ezingangomagazini ezinamakhasi angu-32 ngomnikelo ka-R1,20 iyinye: Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Lapho Ufelwa Othandekayo nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi. Ensimini engabelwe: Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade ngomnikelo ka-R4,00 nethi Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni ngomnikelo ka-R8,00. Izincwadi ezincane zingu-R4,00.

◼ Ama-Compact Disc Atholakalayo:

Kingdom Melodies on Compact Disc, Umqulu 1, 2, no-3 (Umculo we-orchestra; ibandla, iningi namaphayona: R17,00)

◼ Amakhasethi E-video Atholakalayo:

Jehovah’s Witnesses Stand Firm Against Nazi Assault (ibandla neningi: R52,00; amaphayona: R45,00)—ngesiNgisi

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela