Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/95 k. 2
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
km 6/95 k. 2

IZaziso

◼ Izincwadi ezizosetshenziswa ngo-June: IBhayibheli—Izwi LikaNkulunkulu Noma Elomuntu ngomnikelo ka-R3,50. Ngo-July nango-August: Noma iyiphi kulezi zincwajana ezingangomagazini ezinamakhasi angu-32 ngomnikelo ka-R1,00 iyinye: “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha,” IGama LaPhezulu Eliyohlala Phakade, Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila?—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Lapho Ufelwa Othandekayo, nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi. Ngo-September: Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni ngomnikelo ka-R10,50. Encane ngo-R5,30.

◼ Umbonisi owengamele noma othile owabelwe nguye kufanele abale izimali zebandla ngo-June 1 noma ngokushesha ngangokunokwenzeka ngemva kwalokho. Yazisa ibandla lapho lokhu sekwenziwe.

◼ Kusukela ngo-July 1, 1995, izikhokhelo ezifika ngeposi zomagazini abaphuma kabili ngenyanga zizobiza u-R33,00 ngonyaka. Isikhokhelo sonyaka somagazini abaphuma kanye ngenyanga noma sezinyanga eziyisithupha somagazini abaphuma kabili ngenyanga sizobiza u-R16,50. Izikhokhelo ze-club system zona azishintshi.

◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

A Peaceful New World—Will It Come? (Ipheshana No. 17; elenzelwe amaJuda)—ngesiHeberu

How to Find the Road to Paradise (Ipheshana elenzelwe amaMuslims)—ngesiCroatia

Ukuphila Ezweni Elisha Elinokuthula (Ipheshana No. 15)—ngesiTamil, nangesi-Urdu

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela