Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/95 k. 3
  • Nawe Ungakuthola Okuhlangenwe Nakho Okuhle!

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Nawe Ungakuthola Okuhlangenwe Nakho Okuhle!
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Kungani Kufanele Sigcine Umbhalo Wabangekho Ekhaya?
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
  • Ukwenza Izimpindelo Kuholela Ezifundweni ZeBhayibheli
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
  • Qunga Isibindi Sokwenza Izimpindelo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1997
  • Usizo Ngesikhathi Esifanele
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
km 5/95 k. 3

Nawe Ungakuthola Okuhlangenwe Nakho Okuhle!

Abanye abamemezeli njalo babonakala benokuhlangenwe nakho okuthakazelisayo, okukhuthazayo kokukulandisa ngokuhambela okuhle abaye bakwenza noma impindelo ebajabulisile. Okuhlangenwe nakho okuhle ngokuvamile akutholakali ngengozi. Okuningi kubangelwa imizamo yenkuthalo neyokuphikelela. Akutholwa kuphela abamemezeli abaqephuzayo noma abanekhono kakhudlwana.

Nazi ezinye zezinto eziye zaphawuleka kulabo abaphumelela kakhulu: (1) Bahlanganyela njalo enkonzweni yasensimini, ngokuvamile izikhathi eziningana isonto ngalinye, okubanikeza amathuba amaningi okuxhumana nabantu abathakazelayo; (2) baba nesimo sengqondo esiqondile ngabaninikhaya, bangaphethi kusengaphambili ngokuthi ngeke basabele; (3) bakhululekile, babonisa isithakazelo esifudumele, nesiqotho kulabo abalalelayo; (4) bakhuthele futhi bayaphikelela ekubuyeleni ezimpindelweni nakulabo ababengekho emakhaya; futhi (5) banomgomo wokuqala izifundo zeBhayibheli.

Ngemva kokuhlaziya umsebenzi wakho, mhlawumbe ungabona ukuthi ungakuthola kanjani okuningi kokuhlangenwe nakho okujabulisayo okunengxenye enkulu ekwenzeni inkonzo ikhiqize futhi yanelise.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela