Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/95 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
km 5/95 k. 3

IZaziso

◼ Izincwadi ezizosetshenziswa ngo-May: Isikhokhelo se-Nqabayokulinda somagazini abaphuma kabili ngenyanga ngomnikelo ka-R30,00. Isikhokhelo sonyaka somagazini abaphuma kanye ngenyanga noma sezinyanga eziyisithupha somagazini abaphuma kabili ngenyanga singu-R15,00. Izikhokhelo ze-club system ziwu-R19,00 no-R9,50 ngokulandelana. Ngo-June: IBhayibheli—Izwi LikaNkulunkulu Noma Elomuntu? ngomnikelo ka-R3,50. Ngo-July nango-August: Kungasetshenziswa noma iyiphi kulezizincwajana ezingangomagazini ezilandelayo ezinamakhasi angu-32 ngomnikelo we-R1,00 iyinye: “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha,” IGama LaPhezulu Eliyohlala Phakade, Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Iyini Injongo Yokuphila?—Ungayithola Kanjani?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, Lapho Ufelwa Othandekayo nethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi.

◼ Umbonisi owengamele kufanele ashayele iNhlangano ucingo uma engalitholi i-oda lebandla le-Nkonzo Yethu YoMbuso kuze kube umhla ka-20 wenyanga eyandulela eyaleyo-Nkonzo Yethu YoMbuso. Uma ikheli lombonisi owengamele lishintshile, sizani nithumele masinyane eNhlanganweni ifomu eligcwalisiwe elithi Ushintsho Lwekheli Lombonisi Owengamele (S-29), ngoba INkonzo Yethu YoMbuso ithunyelwa ekhelini lombonisi owengamele.

◼ Nazi izinsuku namadolobha okungakaqinisekiswa kwemihlangano yesigodi ka-1995:

November 24-26:

ESt. Helena (isiNgisi)

December 8-10:

Empangeni (isiZulu)

EGaborone, Botswana (isiNgisi, isiTswana)

EWindhoek (isimiso sezilimi ezimbili isiBhunu/isiNgisi, isiKwanyama/isiNdonga)

December 15-17:

E-East London (isiNgisi, isiXhosa)

ELebowakgomo (iSipedi, nesiVenda kancane)

EMafikeng (isiTswana)

ENewcastle (isiZulu)

ENkowankowa (isiTsonga)

Emtata (isiXhosa)

December 23-25 (NgoMgqibelo-ngoMsombuluko):

EButterworth (isiXhosa)

ECape Town (isiBhunu, isiNgisi, isiXhosa)

EThekwini (isiZulu)

EGoli (isiBhunu, isiNgisi, isiPutukezi, isiSuthu, isiZulu)

KaNyamazane (isiZulu)

EKokstad (isiXhosa)

EMgungundlovu (isiZulu)

December 30–January 1, 1996 (NgoMgqibelo-ngoMsombuluko):

EBotshabelo (isiSuthu)

EThekwini (isiNgisi)

KaManzini (isiNgisi, isiZulu)

EMaseru (isiSuthu)

EPort Elizabeth (isiBhunu, isiNgisi, isiXhosa)

EPitoli (isiBhunu, isiNgisi, isiZulu, isimiso esinikezwa ngezilimi ezintathu iSipedi/isiSuthu/isiTswana)

EWelkom (isiBhunu, isiNgisi)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela