Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/94 k. 3
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
km 7/94 k. 3

IZaziso

◼ Isipho sencwadi sango-July: Inhlanganisela yezincwajana ezintathu ezinamakhasi angu-32 ibandla elinazo esitokweni ngomnikelo wamasenti angu-90. Uma ibandla lingenazo izincwajana, kungasetshenziswa incwajana engangomagazini efanelekayo. Izincwajana ezinamakhasi angu-32 akufanele zi-odwe eNhlanganweni ngoba azikho, kodwa amabandla kufanele asebenzise lezozincwajana anazo esitokweni. Ngo-August: Noma iyiphi yalezizincwajana ezingangomagazini ezinamakhasi angu-32 ingasetshenziswa ngomnikelo wamasenti angu-90 iyinye: Ingabe UNkulunkulu Uyasikhathalela Ngempela?, Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha,” Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, IGama LaPhezulu Eliyohlala Phakade, UHulumeni Oyoletha IPharadesi, nethi Iyini Injongo Yokuphila—Ungayithola Kanjani? Ngo-September: Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni ngomnikelo ka-R9,00. Izincwadi ezincane u-R4,50. Ngo-October: Izikhokhelo ezithunyelwa ngeposi zomagazini abaphuma kabili ngenyanga i-Phaphama! noma INqabayokulinda ngomnikelo ka-R30,00. Isikhokhelo sonyaka somagazini abaphuma kanye ngenyanga noma isikhokhelo sezinyanga eziyisithupha somagazini abaphuma kabili ngenyanga singu-R15,00. Izikhokhelo ze-club system zingu-R19,00 no-R9,50.

◼SIZANI NIPHAWULE: Izinsuku zemihlangano yesigodi elandelayo sezishintshiwe:

December 23-25: December 30, 1994–January 1, 1995:

EThekwini (isiZulu) EThekwini (isiNgisi)

◼Amakhasethi Amasha Atholakalayo:

NgesiBhunu: INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli (isethi yamakhasethi amane aku-albhamu; ibandla neningi: R28,00; amaphayona: R22,00).

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela