IZaziso
● Isipho sencwadi ngo-October: Isikhokhelo sonyaka sePhaphama! ngomnikelo ka-R6,00 noma seNqabayokulinda ngomnikelo ka-R12,00, noma zombili, ngomnikelo ka-R18,00. NgoNovember: Ukwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise nethi “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha” ngomnikelo ka-R3,25. NgoDecember: INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli ngomnikelo ka-R7,50. NgoJanuary nangoFebruary: Ukulondeka Komhlaba Wonke Ngaphansi ‘KweNkosi Yokuthula’ ngomnikelo ka-R2,50.
• Lapho e-oda amapheshana, amabandla ayacelwa ngomusa ukuba aode nge-100 uma kunokwenzeka. Lokhu kwenza ukusingatha amapheshana kube lula njengoba iphakethe ngalinye linayi-100 kakade.
● Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:
Comprehensive Concordance of the New World Translation of the Holy Scriptures (ibandla neningi: R18,00; amaphayona: R13,00)—ngesiNtaliyane
Ukwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise—ngesiPolish
Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni (Encane)—ngesiPolish
“Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha” (Incwajana)—ngesiRashiya
• Ezitholakalayo Futhi ENingizimu Afrika:
INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli—ngesiDashi