Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 9/89 k. 8
  • Izindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
  • Izindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
km 9/89 k. 8

Izindaba Ezingokwasezulwini

♦ Phakathi nezinyanga eziyisikhombisa zokuqala zika-1989, kwanikezelwa amaHholo oMbuso ayi-18. Kunamahholo angama-25 asakhiwa futhi amaningi ngokwengeziwe asahlelwa. Siyanibonga ngomsebenzi wenu wothando. Ukubambisana kwenu kuyosho ukuthi okungenani kuyoqedwa amanye amahholo ayi-7 ngasekupheleni kwalonyaka. Uma ukwazi ukusiza nganoma iyiphi indlela, siza uthintane neNhlangano noma neKomiti Yezokwakha Yesifunda.

♦ Phakathi noApril eDenmark kwafinyelelwa inani elisha eliphakeme labamemezeli abayizi-16 147. Kwakunabayizi-3 414 abahlanganyela enkonzweni yamaphayona asizayo.

♦ NgoApril iThailand yafinyelela inani elisha eliphakeme labamemezeli abayi-1 057. Ochungechungeni Iwamuva Iwemihlangano yesifunda kwaba khona abayi-1 500 futhi kwabhapathizwa abangama-25.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela