Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • wp19 No. 3 k. 16
  • Liyini Ithemba Ngabantu Abafile?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Liyini Ithemba Ngabantu Abafile?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2019
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • CABANGA NGALOKHO OKUSHIWO IBHAYIBHELI:
  • ‘Njengesinkwa Namanzi Enhliziyweni’
    I-Phaphama!—1989
  • Ithemba Lovuko Liqinisekile!
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka—2000
  • UMbuso Nethemba Lovuko
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
  • Kuyoba Novuko Lwabalungile
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1995
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2019
wp19 No. 3 k. 16

Liyini Ithemba Ngabantu Abafile?

Usosayensi okukhulunywe ngaye ekuqaleni uphethe isithombe sabantu abashadile asebekhulile abasesihlokweni sokuqala

Ukufa kuyasithinta sonke. Kodwa ingabe kusuke sekuphelile ngomuntu lapho efa? Ingabe abantu abafile ngeke baphinde bakhunjulwe? Likhona yini ithemba ngabantu abafile?

CABANGA NGALOKHO OKUSHIWO IBHAYIBHELI:

ABAFILE BASAZOKHUNJULWA

‘Bonke abasemathuneni bazophuma.’—Johane 5:28, 29.

UNkulunkulu uyabakhumbula abantu asebafa, futhi uzobavusa.

KUZOBA KHONA UVUKO EMHLABENI

“Kuyoba khona uvuko lwabalungile nabangalungile.”—IzEnzo 24:15.

Izigidigidi zabantu zizovuswa zithole ithemba lokuphila phakade emhlabeni onokuthula.

SINGASITHEMBA ISITHEMBISO SOVUKO

“[UNkulunkulu] ubala izinkanyezi; zonke uzibiza ngamagama azo.”—IHubo 147:4.

Uma uNkulunkulu azi inkanyezi ngayinye ngegama, kulula kakhulu ukuba akhumbule abantu azobavusa.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela