Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w16 Novemba k. 2
  • Uhlu Lokuphakathi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Uhlu Lokuphakathi
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2016 (Efundwayo)
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2016 (Efundwayo)
w16 Novemba k. 2

Uhlu Lokuphakathi

3 Izwi Elaba Isikhuthazo!

ISONTO LANGO-DECEMBER 26, 2016–JANUARY 1, 2017

4 “Qhubekani Nikhuthazana Usuku Ngalunye”

UJehova uNkulunkulu noJesu Kristu bayizibonelo ezivelele zokukhuthaza abanye. Umphostoli uPawulu naye wabheka isikhuthazo njengesibaluleke kakhulu. Ukulingisa izibonelo zabo kuzosisiza sonke senze amakhaya ethu neHholo LoMbuso kube yizindawo zothando nesikhuthazo.

ISONTO LANGO-JANUARY 2-8, 2017

9 Ukuhlelwa Ngokuvumelana NeNcwadi KaNkulunkulu

ISONTO LANGO-JANUARY 9-15, 2017

14 Ingabe Uyazisa Kakhulu INcwadi KaJehova?

Lezi zihloko ziphendula le mibuzo elandelayo: Kungani kufanele silindele ukuba abakhulekeli bakaJehova bahleleke? Singahleleka kanjani ngokuvumelana neNcwadi kaNkulunkulu? Singabonisa kanjani ukuthi siyisekela ngobuqotho inhlangano kaJehova?

19 “Umsebenzi Mkhulu”

ISONTO LANGO-JANUARY 16-22, 2017

21 Ukubizwa Ukuba Siphume Ebumnyameni

ISONTO LANGO-JANUARY 23-29, 2017

26 Bagqashula Enkolweni Yamanga

Lezi zihloko zichaza ukuthi abantu bakaNkulunkulu bathunjwa nini yiBhabhiloni nokuthi yimiphi imizamo eyenziwa amaKristu agcotshiwe ngasekupheleni kwawo-1800 ukuze aqonde iZwi likaJehova ngokunembile. Sizoxoxa nangokuma okuqinile okwathathwa aBafundi BeBhayibheli ngokuphathelene neBhabhiloni Elikhulu, sizofunda nokuthi kwaphela nini ukuthunjwa yiBhabhiloni.

31 EZIVELA EZINQOLOBANENI ZETHU

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela