Uhlu Lokuphakathi
January 15, 2015
© 2015 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
UMAGAZINI OFUNDWAYO
MARCH 2-8, 2015
IKHASI 8 • IZINGOMA: 2, 75
MARCH 9-15, 2015
Okwenza Sigcine ISidlo SeNkosi Sakusihlwa
IKHASI 13 • IZINGOMA: 8, 109
MARCH 16-22, 2015
Yakhani Umshado Oqinile Nojabulisayo
IKHASI 18 • IZINGOMA: 36, 51
MARCH 23-29, 2015
Vumelani UJehova Aqinise Futhi Aqaphe Umshado Wenu
IKHASI 23 • IZINGOMA: 87, 50
MARCH 30, 2015–APRIL 5, 2015
Ingabe Kungenzeka Ukuba Nothando Olungapheli?
IKHASI 28 • IZINGOMA: 72, 63
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ Mbongeni UJehova, Nibusiswe
Singahlakulela futhi silondoloze umoya wokubonga ngokuzindla ngezibusiso zethu nangokubonga uJehova ngazo. Ukuba nenhliziyo enokubonga kuyosisiza ukuba silwe nomoya wokungabongi futhi sibhekane ngokuphumelelayo nezimo ezivivinyayo. Isihloko sethu sonyaka sika-2015 sizosikhumbuza lokhu phakathi nawo wonke lo nyaka.
▪ Okwenza Sigcine ISidlo SeNkosi Sakusihlwa
Lesi sihloko senza kucace ukuthi kungani kufanele sikukhumbule ukufa kukaJesu. Sichaza lokho okumelelwa isinkwa newayini eSikhumbuzweni futhi sibonise ukuthi umuntu wazi kanjani ukuthi kufanele azidle lezi zifanekiselo. Lesi sihloko sizosisiza ukuba sibone nokuthi umuntu ngamunye kithi angazilungiselela kanjani iSidlo SeNkosi Sakusihlwa.
▪ Yakhani Umshado Oqinile Nojabulisayo
▪ Vumelani UJehova Aqinise Futhi Aqaphe Umshado Wenu
Imibhangqwana eshadile ibhekene nezingcindezi nezilingo ezandayo. Noma kunjalo, ngosizo lukaJehova kungenzeka ukuba nomshado oqinile nojabulisayo. Isihloko sokuqala sizoxoxa ngezici ezinhlanu ezingokomoya zokwakha umshado oqinile nohlala njalo nangalokho okungase kusetshenziswe ekuzihlanganiseni. Esihlokweni sesibili sizohlola indlela yokuqinisa izici ezingokomoya ezivikela umshado.
▪ Ingabe Kungenzeka Ukuba Nothando Olungapheli?
Lufana nani uthando lweqiniso phakathi kwendoda nowesifazane? Ingabe kungenzeka ukuba nothando oluhlala njalo? Lubonakaliswa kanjani uthando olunjalo? Funda ngalokho isiHlabelelo SeziHlabelelo esisifundisa kona ngothando olungapheli.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
ISEMBOZO: Basemsebenzini wokufakaza, baphethe amaBhayibheli ngesandla, endaweni enhle yaseGrindelwald, futhi kubonakala ingxenye yezintaba okuthiwa i-Alps eseBern
ESWITZERLAND
INANI LABANTU
7 876 000
ABAMEMEZELI
18 646
INANI LABABEKHONA ESIKHUMBUZWENI (2013)
31 980