Uhlu Lokuphakathi
February 15, 2014
© 2014 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania.
UMAGAZINI OFUNDWAYO
APRIL 7-13, 2014
Dumisani UKristu, INkosi Ekhazimulayo!
IKHASI 3 • IZINGOMA: 99, 107
APRIL 14-20, 2014
IKHASI 8 • IZINGOMA: 109, 100
APRIL 21-27, 2014
UJehova—UMondli NoMvikeli Wethu
IKHASI 16 • IZINGOMA: 60, 51
APRIL 28, 2014–MAY 4, 2014
IKHASI 21 • IZINGOMA: 91, 63
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ Dumisani UKristu, INkosi Ekhazimulayo!
▪ Jabulani Ngomshado WeWundlu!
INkosi enguMesiya, uJesu Kristu, ibhinca inkemba yayo iphume igibele ihhashi iyonqoba izitha zayo. Lapho isiqede ukunqoba kwayo, ishada nomlobokazi omuhle, ophelezelwa izintombi ezingabangane bakhe. IHubo 45 lichaza lezi zenzakalo ezivusa amadlingozi. Funda uthole ukuthi zikuthinta kanjani.
▪ UJehova—UMondli NoMvikeli Wethu
▪ UJehova—UMngane Wethu OMkhulu
Yini engajulisa ukumazisa kwethu uJehova njengoBaba wethu osezulwini? Lezi zihloko ziyosisiza ukuba siqinise ubuhlobo bethu noJehova njengoMondli, uMlungiseleli, uMvikeli noMngane wethu. Zizosishukumisela nokuba sisize abanye ukuba bamdumise.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
ISEMBOZO: Le ndawo yomphakathi ephithizelayo (iMichaelerplatz) eVienna iyindawo enhle kakhulu yokuxoxa nabanye ngesigijimi seBhayibheli. Lapha sibona udadewethu efakaza ngesiShayina futhi ehambisa incwadi ethi Lifundisani Ngempela IBhayibheli?
E-AUSTRIA
ABAMEMEZELI
20 923
AMAPHAYONA
2 201
IZIFUNDO ZEBHAYIBHELI
10 987
EVienna, izindaba ezinhle zoMbuso zishunyayelwa ngezilimi ezingu-25