Uhlu Lokuphakathi
February 15, 2013
© 2013 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania. All rights reserved.
UMAGAZINI OFUNDWAYO
APRIL 1-7, 2013
IKHASI 3 • IZINGOMA: 69, 28
APRIL 8-14, 2013
Uyalazisa Yini Ifa Lethu Elingokomoya?
IKHASI 8 • IZINGOMA: 22, 75
APRIL 15-21, 2013
Hlala Esigodini SikaJehova Sesivikelo
IKHASI 17 • IZINGOMA: 133, 16
APRIL 22-28, 2013
Ungavumeli Lutho Lukuvimbe Ukuba Ubambe Inkazimulo
IKHASI 25 • IZINGOMA: 15, 61
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ Leli Yifa Lethu Elingokomoya
▪ Uyalazisa Yini Ifa Lethu Elingokomoya?
Lezi zihloko zidingida izici ezibalulekile zefa elingokomoya elicebile labantu bakaJehova. Zibonisa indlela uNkulunkulu aye walondoloza ngayo iZwi lakhe, wabusisa ukusetshenziswa kwegama lakhe futhi wenza kwenzeka ukuba kulondolozwe iqiniso elingokomoya elisivikela emangeni enkolo.
▪ Hlala Esigodini SikaJehova Sesivikelo
Lesi sihloko sichaza ukuthi siyini isigodi sesivikelo okukhulunywa ngaso kuZakariya 14:4 futhi sibonise ukuthi kungani kufanele sihlale kuleso sigodi. Sidingida nokuthi ayini amanzi aphilayo okukhulunywa ngawo kuZakariya 14:8 nokuthi ukuwaphuza kungasho ukuthini kithi.
▪ Ungavumeli Lutho Lukuvimbe Ukuba Ubambe Inkazimulo
Lesi sihloko sibonisa ukuthi singayibamba inkazimulo uJehova ayinika abantu. Sichaza nokuthi yini engasivimba ukuba senze kanjalo nokuthi ukuqhubeka kwethu sifuna inkazimulo kungabasiza kanjani abanye.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
13 AbaQaphi Bombusi Banikezwa Ubufakaz
31 Ezivela Ezinqolobaneni Zethu
ISEMBOZO: Ummemezeli enyakatho-ntshonalanga yeNamibia ufakaza kowesifazane ongumHimba. Abesifazane abangamaHimba, besizwe sabafuyi bezinkomo abayimizulane, bagcoba ibomvu ezinweleni nasemzimbeni
ENAMIBIA
INANI LABANTU
2 373 000
ABAMEMEZELI
2 040
IZIFUNDO ZEBHAYIBHELI
4 192