Uhlu Lokuphakathi
November 15, 2012
© 2012 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania. All rights reserved.
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
DECEMBER 24-30, 2012
“Ngifundise Ukwenza Intando Yakho”
IKHASI 3 • IZINGOMA: 69, 120
DECEMBER 31, 2012–JANUARY 6, 2013
UJesu Wabeka Isibonelo Sokuthobeka
IKHASI 10 • IZINGOMA: 84, 82
JANUARY 7-13, 2013
Hlakulela Umoya Wokuba Omncane
IKHASI 15 • IZINGOMA: 26, 68
JANUARY 14-20, 2013
Kusho Ukuthini Kuwe Ukuthethelela KukaJehova?
IKHASI 21 • IZINGOMA: 67, 91
JANUARY 21-27, 2013
Thethelelanani Ngokukhululekile
IKHASI 26 • IZINGOMA: 77, 118
INJONGO YEZIHLOKO EZIFUNDWAYO
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 1 AMAKHASI 3-7
Inkosi yakwa-Israyeli wasendulo uDavide yayilazisa kakhulu igama likaJehova nenjongo yakhe. Yayizazisa nezimiso okusekelwe kuzo uMthetho kaNkulunkulu futhi yathandazela ukuba ifundiswe ukwenza intando yaKhe, njengoba lesi sihloko sibonisa. Lesi sihloko sibuye sisisize ukuba sibone ukuthi kungani kufanele sibheke izinto ngombono kaJehova ngaso sonke isikhathi.
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 2, 3 AMAKHASI 10-19
Njengabalandeli bakaJesu, amaKristu eqiniso ayasibona isidingo sokuthobeka. Isihloko sokuqala sixoxa ngesibonelo sokuthobeka esabekwa uJesu ukuze sikwazi ukulandela izinyathelo zakhe eduze. Isihloko sesibili sibonisa indlela esingahlakulela ngayo umoya wokuziphatha njengomncane futhi sibonakalise leso sici ekuphileni kwethu.
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 4, 5 AMAKHASI 21-30
Lezi zihloko zizosisiza ukuba sazise ukuzimisela kukaJehova ukuthethelela ngisho nezono ezimbi kakhulu. Ngezinye izikhathi izimo zingenza kube nzima ngathi ukuba sizimisele ukuthethelela abanye. Nokho, izimiso ezingokomBhalo zingasisiza sinqobe imizwa enjalo engemihle.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
8 Inala Yabo Yaqeda Ukuntula Kwabanye
31 Ezivela Ezinqolobaneni Zethu
ISEMBOZO: Ukushumayela e-Albarracín, idolobhana elisemaphandleni elimaphakathi ne-Spain. IBandla LaseTeruel linabamemezeli abangu-78 futhi insimu yalo ihlanganisa ne-Albarracín namanye amadolobhana angu-188
ESPAIN
INANI LABANTU
47 042 900
ABAMEMEZELI
111 101
ABABEKHONA ESIKHUMBUZWENI NGO-2012
192 942