Uhlu Lokuphakathi
July 15, 2012
© 2012 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania. All rights reserved.
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
AUGUST 27, 2012–SEPTEMBER 2, 2012
Vumela UJehova Akuholele Enkululekweni Yangempela
IKHASI 7 • IZINGOMA: 107, 27
SEPTEMBER 3-9, 2012
Khonza UNkulunkulu Wenkululeko
IKHASI 12 • IZINGOMA: 120, 129
SEPTEMBER 10-16, 2012
IKHASI 22 • IZINGOMA: 33, 45
SEPTEMBER 17-23, 2012
“UJehova Oyedwa” Ubutha Umkhaya Wakhe
IKHASI 27 • IZINGOMA: 53, 124
INJONGO YEZIHLOKO EZIFUNDWAYO
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 1, 2 AMAKHASI 7-16
UJehova ufuna ukuba zonke izidalwa zakhe ezihlakaniphile zibe nenkululeko enkulu ngangokunokwenzeka. Kulezi zihloko, bona indlela asifundisa ngayo ukuba sibe abantu abakhululekile. Bona nendlela uSathane azama ngayo ukusiphuca inkululeko yethu ngokusilinga ngalokho izwe elikubiza ngokuthi inkululeko.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 3 AMAKHASI 22-26
Kungani siqhubeka ngesibindi emsebenzini wethu wokushumayela naphezu kokuphikiswa nezimo zomnotho eziwohlokayo? Izizathu eziningi zalokho ziqokonyiswe kumaHubo 27, lesi sihloko esisekelwe kuwo.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 4 AMAKHASI 27-31
Isimiso sikaNkulunkulu sokuqondisa siyasebenza namuhla. Ukuhlola izingxenye ezithile zencwadi uPawulu ayibhalela abase-Efesu kuzosisiza ukuba siqonde injongo yalesi simiso sokuqondisa futhi sisebenze ngokubambisana naso.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
3 Bazinikela Ngokuzithandela—E-Ecuador
17 UJehova Wangifundisa Ukwenza Intando Yakhe
ISEMBOZO: Ukushumayela izindaba ezinhle ngoLimi Lwezandla LwaseBrazil edolobheni laseRio de Janeiro eComunidade da Rocinha
INSIMU YOLIMI LWEZANDLA LWASEBRAZIL
AMABANDLA
358
AMAQEMBU
460
IZIFUNDA
18