Uhlu Lokuphakathi
January 15, 2011
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
February 28, 2011–March 6, 2011
IKHASI 3
March 7-13, 2011
Hlonipha Umshado Njengesipho Esivela KuNkulunkulu
IKHASI 13
March 14-20, 2011
Kusebenzise Ngokunenzuzo Ukungashadi Kwakho
IKHASI 17
March 21-27, 2011
Sinikwe Amandla Okumelana Nokulingwa Nokubhekana Nokudangala
IKHASI 22
March 28, 2011–April 3, 2011
Sinikwe Amandla Okunqoba Noma Iluphi Uvivinyo
IKHASI 26
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 1 AMAKHASI 3-7
Singasitholaphi isiphephelo kulesi sikhathi esibucayi? IZwi likaNkulunkulu lithi singaphephela egameni likaJehova. Lesi sihloko sixoxa ngendlela esingathola ngayo isivikelo kokubili manje nalapho kugadla “usuku olukhulu lukaJehova.” Le ngxoxo iqokomisa isihloko sonyaka sika-2011.
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 2, 3 AMAKHASI 13-21
Kokubili ukushada nokungashadi kuyizipho ezivela kuNkulunkulu, ngasinye sinezibusiso zaso. Kungakhathaliseki ukuthi sishadile noma cha, lezi zihloko zizodingida izizathu zokwazisa lezi zipho futhi zisibonise indlela esingabonisa ngayo ukuthi siyazazisa.
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 4, 5 AMAKHASI 22-30
Sidinga usizo lukaJehova ukuze siphile ngokuvumelana nokuzinikezela kwethu kuye. Lezi zihloko zizoxoxa ngendlela umoya ongcwele osisiza ngayo ukuba silwisane nezilingo, sinqobe ukudangala, simelane noshushiso nokucindezela kontanga okubi futhi sikhuthazelele ubunzima.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
9 Ngiyabonga Ngokukhonza UJehova Nasebunzimeni
31 Gxila Kulokho UJehova Akwenzele Kona
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
© Stähli Rolf A/age fotostock