Uhlu Lokuphakathi
December 15, 2010
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
January 31, 2011–February 6, 2011
Shisekela Ukukhulekela Kweqiniso
IKHASI 7
February 7-13, 2011
“Manje Yiso Isikhathi Esamukeleka Ngokukhethekile”
IKHASI 11
February 14-20, 2011
Thola Izibusiso NgeNkosi KaNkulunkulu Eqondiswa Umoya!
IKHASI 16
February 21-27, 2011
IKHASI 20
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 1, 2 AMAKHASI 7-15
Kulezi zihloko singafunda ngendlela uJesu abonisa ngayo intshiseko yangempela, esibekela isibonelo sokuba sisilingise. Kodwa kungani kufaneleka ikakhulu ngathi ukuba sishiseke enkonzweni manje? Kungani lesi kuyisikhathi esamukeleka ngokukhethekile?
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 3 AMAKHASI 16-20
Siphila esikhathini lapho ukubusa kwabantu kwehluleka khona. Lesi sihloko sizosisiza ukuba sibone ukuthi kungani uJehova akhetha uJesu Kristu ukuba abuse isintu nokuthi ukuzithoba kwethu kuKristu kuyosilethela kanjani intilibathwa yezibusiso.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 4 AMAKHASI 20-24
Kungani kungokomBhalo futhi kufaneleka ukuba umculo ube nendima ebalulekile ekukhulekeleni kwethu? Lesi sihloko sizosinikeza impendulo futhi sisisize ukuba sibone indlela thina ngabanye esingayithuthukisa ngayo indima yawo.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
Akukephuzi Kakhulu Ukuba Ukhonze UNkulunkulu 25
Ngiwabonile Amandla Eqiniso LeBhayibheli 26
Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ka-2010 32