Uhlu Lokuphakathi
May 15, 2010
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
June 28, 2010–July 4, 2010
Madoda, Ingabe Niyazithoba Ebunhlokweni BukaKristu?
IKHASI 8
IZINGOMA: 5 [205], 123 [101]
July 5-11, 2010
Makhosikazi, Kungani Kufanele Nithobele Ubunhloko?
IKHASI 12
IZINGOMA: 86 [82], 120 [139]
July 12-18, 2010
Bazalwane—Hlwanyelani Ninombono Womoya, Nilwele Ukusebenziseka!
IKHASI 24
IZINGOMA: 45 [123], 11 [51]
July 19-25, 2010
Ungawenzi Lusizi Umoya Ongcwele KaJehova
IKHASI 28
IZINGOMA: 71 [108], 26 [138]
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 1, 2 AMAKHASI 8-17
Isihloko sokuqala esifundwayo sibonisa indlela okubaluleke ngayo ukuba amadoda azithobe eNhlokweni yawo, uKristu, futhi amlingise lapho esebenzelana nabanye. Isihloko sesibili sichaza indlela abesifazane abangamaKristu okufanele bawabheke ngayo amazwi athi: ‘Inhloko yowesifazane yindoda.’
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 3, 4 AMAKHASI 24-32
Abantu abaningi namuhla abawuthandi umqondo wokuzidela ngenxa yomunye umuntu. Isihloko sokuqala siklanyelwe ikakhulu ukusiza abesilisa ababhapathiziwe ukuba bahlole indlela abakubheka ngayo ukuzidela nokwamukela umthwalo wemfanelo wokuba izinceku ezikhonzayo noma abadala. Isihloko sesibili sichaza indlela esingakugwema ngayo ukuwenza lusizi umoya ongcwele kaNkulunkulu.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
UbuKristu Bekhulu Lokuqala Nonkulunkulu BaseRoma 3
Kungani Kufanele Sihloniphe Asebekhulile? 6
Hlale Uqinile Ngokomoya Lapho Unakekela Isihlobo Esigulayo 17
IHarana—Isikhungo Sasendulo Esiphithizelayo 20
Qhubeka Uqeqesha Amandla Akho Okuqonda 22