Uhlu Lokuphakathi
February 15, 2009
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
April 6-12, 2009
Indlela Amazwi KaJesu Aletha Ngayo Injabulo
IKHASI 6
IZINGOMA: 57, 36
April 13-19, 2009
Vumela Amazwi KaJesu Athonye Isimo Sakho Sengqondo
IKHASI 10
IZINGOMA: 106, 132
April 20-26, 2009
Ingabe Amazwi KaJesu Ayayithonya Imithandazo Yakho?
IKHASI 15
IZINGOMA: 88, 161
April 27, 2009–May 3, 2009
IKHASI 24
IZINGOMA: 213, 53
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
Izihloko Ezifundwayo 1-3 AMAKHASI 6-19
Lapho uJesu eqeda ukusho “amazwi” eNtshumayelo yakhe yaseNtabeni, “izixuku zakhexa ngendlela yakhe yokufundisa.” (Math. 7:28) Funda ukuthi kungani kwaba njalo, ubone nendlela amazwi akhe angakulethela ngayo injabulo futhi athonye isimo sakho sengqondo nemithandazo yakho.
Isihloko Esifundwayo 4 AMAKHASI 24-28
“Inceku ethembekileyo neqondayo” imiswe “phezu kwakho konke [okungokukaKristu].” (Math. 24:45-47) Lesi sihloko sibonisa ukuthi kungani kufanele siyethembe le nceku nokuthi singabonisa kanjani ukuthi siyayethemba.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
IZwi LikaJehova Liyaphila—Amaphuzu Avelele Encwadi YesAmbulo—II
IKHASI 3
Ingabe Kufanele Uphikelele Kulokho Okuthandayo?
IKHASI 19
Izithunywa Zevangeli Zikhuthazwa Ukuba Zibe NjengoJeremiya
IKHASI 22
Imingcwabo YamaKristu Ihloniphekile, Inesizotha Futhi Ijabulisa UNkulunkulu
IKHASI 29