Uhlu Lokuphakathi
September 15, 2008
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
November 3-9, 2008
UJehova Waba ‘UMenzi Wendlela Yokuphunyuka’ Ezikhathini ZeBhayibheli
IKHASI 3
IZINGOMA: 74, 44
November 10, 2008-16, 2008
UJehova ‘UnguMenzi Wendlela Yethu Yokuphunyuka’
IKHASI 7
IZINGOMA: 153, 3
November 17-23, 2008
Londolozani ‘Intambo Emicu Mithathu’Emshadweni
IKHASI 16
IZINGOMA: 117, 173
November 24-30, 2008
IKHASI 20
IZINGOMA: 10, 191
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
Izihloko Ezifundwayo 1, 2 AMAKHASI 3-11
Lezi zihloko ezimbili zixoxa ngeHubo 70. Kulo sifunda ukuthi uJehova ‘unguMenzi wendlela yokuphunyuka.’ Lezi zihloko zibonisa indlela uJehova ázikhulula ngayo izinceku zakhe ezikhathini zeBhayibheli nendlela asikhulula ngayo namuhla.
Isihloko Esifundwayo 3 AMAKHASI 16-20
Namuhla kungase kube inselele ngombhangqwana oshadile ukuba uhlale ubumbene, ngisho noma uyizinceku zikaJehova. Lesi sihloko sinokusikisela okusebenzayo kwendlela amaKristu angamgcina ngayo uJehova esemishadweni yawo, nalokho angakwenza lapho kuphakama izinkinga.
Isihloko Esifundwayo 4 AMAKHASI 20-24
Kumelwe sikhethe: Ingabe sizolwela ukuthola umoya ongcwele kaNkulunkulu futhi siwuvumele usithonye, noma sizovumela umoya wezwe usilawule? Lesi sihloko sidingida zombili lezi zinhlangothi, futhi sisisiza ukuba senze ukukhetha okuholela enjabulweni.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
Yandisa Ulwazi Olunembile “Ngengqondo Enokulangazela”
IKHASI 12
Ukushumayela Lapho Abantu Bethenga Khona
IKHASI 25
Lingisa UJesu—Khulekela UNkulunkulu Ngendlela Ayamukelayo
IKHASI 26
IZwi LikaJehova Liyaphila—Amaphuzu Avelele Encwadi YabaseThesalonika NekaThimothewu
IKHASI 29
IKHASI 32