Uhlu Lokuphakathi
June 15, 2008
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
August 4-10, 2008
IKHASI 7
IZINGOMA: 139, 146
August 11-17, 2008
Izimfanelo Okumelwe Siziphishekele
IKHASI 11
IZINGOMA: 42, 54
August 18-24, 2008
IKHASI 18
IZINGOMA: 47, 2
August 25-31, 2008
Gcina “Uthando Owawunalo Ekuqaleni”
IKHASI 22
IZINGOMA: 201, 132
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
Izihloko Ezifundwayo 1, 2 AMAKHASI 7-15
Singaqiniseka ngokuthi uNkulunkulu uyasithanda. Lokhu kubonakala ngokuthi asazise ngezinto ezine amaKristu okufanele azibalekele. Yiziphi, futhi singazibalekela kanjani? Ngokufanayo, iBhayibheli libonisa izinto eziyisikhombisa okufanele siziphishekele. Yiziphi, futhi singaziphishekela kanjani?
Isihloko Esifundwayo 3 AMAKHASI 18-22
Umoya wokuzibusa uvamile ezweni. Ngakho, singawuhlakulela kanjani umbono ofanele ngegunya, ikakhulu elikaJehova? Lesi sihloko sizosisiza ukuba sibone indlela esingakwenza ngayo lokhu nesingaqapha ngayo umoya wokuzibusa okhuthazwa uSathane.
Isihloko Esifundwayo 4 AMAKHASI 22-26
Lesi sihloko esifundwayo sizosisiza ukuba sihlole izizathu zethu zokwamukela iqiniso nokuthanda uJehova. Sisinikeza ukusikisela kwendlela umuntu angavuselela ngayo uthando ayenalo ekuqaleni ngoJehova nangeqiniso uma lolo thando luncipha ngokuhamba kwesikhathi.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
Ukuba Namandla Naphezu Kobuthakathaka
IKHASI 3
Ingabe Ukulungele Ukumelela Ukholo Lwakho?
IKHASI 16
Ingabe UJesu Wayekhuluma Ngesihogo Somlilo?
IKHASI 27
IKHASI 28
IZwi LikaJehova Liyaphila—Amaphuzu Avelele Encwadi YabaseRoma
IKHASI 29
IKHASI 32