Uhlu Lokuphakathi
March 15, 2008
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
April 21-27, 2008
Yibani Abakulungele Ukuhoxa Nabalinganiselayo
IKHASI 3
IZINGOMA: 8, 177
April 28, 2008–May 4, 2008
Thola Injabulo Emshadweni Wakho
IKHASI 7
IZINGOMA: 117, 89
May 5-11, 2008
UJehova Uyakuzwa Ukukhalela Kwethu Usizo
IKHASI 12
IZINGOMA: 58, 135
May 12-18, 2008
“Ubani Ohlakaniphile Noqondayo Phakathi Kwenu?”
IKHASI 21
IZINGOMA: 106, 51
May 19-25, 2008
Ingabe Ubheka Abanye NjengoJehova?
IKHASI 25
IZINGOMA: 127, 213
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
Izihloko Ezifundwayo 1, 2 AMAKHASI 3-11
Ngokungafani nombono kanye nezimo zengqondo zabaningi, kunezizathu ezizwakalayo zokuba amaKristu asebenzele ekubeni akulungele ukuhoxa. Iziphi lezo zizathu? Ungakubonisa kanjani ukucabangela nokuzivumelanisa nezimo emshadweni wakho?
Isihloko Esifundwayo 3 AMAKHASI 12-16
Kungani singaqiniseka ukuthi uJehova uyasizwa futhi uyathinteka lapho sikhala kuye? Lesi sihloko siphendula lowo mbuzo bese sibonisa indlela esingathola ngayo amandla okukhuthazelela izimo ezivivinyayo.
Izihloko Ezifundwayo 4, 5 AMAKHASI 21-29
Lezi zihloko ezimbili zizosisiza ukuba sihlakulele umbono ofanele ngabanye abantu futhi sigweme ukuthambekela okuvamile kokubahlulela. Sizobona nomahluko phakathi komuntu ohlakaniphe ngempela nalowo ongahlakaniphile.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
Ukusakaza Izindaba Ezinhle Phezulu Ezintabeni Ze-Andes
IKHASI 16
Isithembiso Esibaluleke Kakhulu Engisenzile
IKHASI 19
IZwi LikaJehova Liyaphila—Amaphuzu Avelele Encwadi KaLuka
IKHASI 30